Umkhwenyana ozibuza ngakube abambe iqhaza lokuba ngumama In Broadcast Categories: For Dads, Life Challenges, Marriage, Parenting, Parenting Challengers, Relationship Challenges Kukhona oku-wrong ngobaba abahlala ekhaya? Njengamanje angisebenzi kanti nonkosikazi wami uhola kahle ,lokho okwenza ngibone kungcono nginakekele ikhaya nabantwana .Ngisaqala kwakubukeka kungumqondo omuhle kodwa manje senginongabazane.