Ngenze njani emkhubeni wokuzisika kwendodakazi yami ? Ngisanda kuthola mumva nje ukuthi unomkhuba wokuzisika .Ngizamile ukumtshela lokhu kuyangikhathaza .Ngize ngamtshela ngicela ukuziphathela lesisimo ngokwami.Kodwa uvese agcwale ukugxeka nokungangethembi.Ngivese ngamthembisa ukumshiya kanjalo ,kodwa ngamvulela umnyango ukuthi uma engidinga angithinte uma nje sewufika lomoya wokuzisika engqondweni.Nicabanga kukhona esingakwenza naye ukulungisa lesisimo ? Kumbe ukungazi kwami lokho nje?
