Ake uyozicinga- njengendlela yokuqondisa izigwegwe

Ake uyozicinga- njengendlela yokuqondisa izigwegwe

‘Ukuyozicinga kwengane kunamandla kangakanani? Usana lwethu seluthe klwi manje angazi ukuthi yiluphi uhlobo lokuqondisa oluhambisana nesigaba sokukhula.Abahlobo bami bona bakhonze kakhulu ukuthi ingane ‘ake iyozicinga ‘.Anginaso isiqiniseko ukuthi iyona ndlela engcono le. Kunini la khona ‘ukuyozicinga’ kuyindlela eshaya khona yokuqondisa izigwegwe ? Kunini la ingesiyo khona? Umehluko ngingawubona kanjani ? ‘