Umfana ona 3 udlala ngokugqoka izingubo nosisi bakhe Ngingamvumela yini umfana wami ona 3 weminyaka ukuba adlale ngokugqoka izingubo nodadewabo ? Akajabuliswa nje kuphela ukugqoka amalokwe abo odadewabo ,kodwa uze agqoke nobucwebe bamantombazane.Kimi loluphawu alwehli kahle.Ngingalumisa kanjani